You are seeing this because you have not yet updated your iBlog. Click on settings to edit...
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 10
11 years ago | 7334 Views
Chapter 10
"WELCOME TO BULAWAYO, ENJOY YOUR STAY".
Njengoba wayengakatholi ngitsho leyodwa kodwa lokhu impendula ecacayo phakathi kwekhulu lemibuzo ebeyigijima enjinini yakhe, wayesezakuthini kelokhu.. ?. Umuntu nxa esiyifunile into yakhe angeke umenze lutho. "Nkulumane sokusile, Luveve eGwabalanda, Lobengula via D-square, Pumula eOld lapha....
"kumemeza umfana katshova. "Pepi piii pipi, airtime airtime, Dola for two lapha dola for two, olemali yakhe uyadla, ole mali yakhe usedlile badala.... ".
Imisindo yonke leyi kwakungathi iqondiswe kuye, aluba kwakungumuntu owayengakhulelanga emzini wamaKhosi sasizamzwela emsakazweni kumbe kumabonakude. "Yimalini amabhanzi wakho sisi... ?"
"Dola emabili khiwa.... "wathi engakavali lomlomo umaNko wayeseyitholile impendulo. Lakanye wathenga wathenga letiye wahlala phansi, phela wayelokhe ecine ukudla izolo kusihlwa. Wayeseqala ukukhululeka manje, hatshi ngoba wayesethole okuya ngaphansi kwamakhala kodwa wayeselitshaziswa, yisiphithiphithi segodini.
Kwakunyakazela wena owabona umtshado wezinja kwazise inyanga yayiphelile.
Wathi ukuphumula kancane, qeda wadobha isikhwanyana sakhe watshaya amabatha, nango etshiya imitshova ekhuphuka ephuma egodini elubangise ngokuya eMadlodlo. Nango eyikhekheleza ibhawa eqonda khonale.
"Manje ngingathola bethi sewathutha ngizakwenza njani..... , kumbe ngingamthola esekhaya ke?".
Wayezibuza engalindeli lokuthola impendulo ngoba wabuya wazidududa ngelokuthi, sonke lesisikhathi esuka ekhaya ubengazi ukuthi uzakwenzanjani kodwa manje uselitholile isu. "Sizabona phambili....
"etsho okwe butho likaTshaka. Wathi elokhu esadla ubuchopho, wazibona esefikile eMakhokhoba. Lendlu ayesiyakuyo yayingekho katshana lomgwaqo. "Salibonani............ "
Ubingelela nje wenzenje umntanabantu ungaphandle, uzibuza eziphendula.
Umqondo wakhe uyaphikisana, inye ithi mhlawumbe ulahlekile enye ingqondo njalo ibuye ithi akalinde azizwele ukuthi abantu ngaphakathi bona bathini. Kwalamula okungumfanyana okwafika kwazithela phezu kwakhe.
Phela kwasekukudala lomama ayembingelela wavuma ethi makangene, yena wayesaphethe ngemicabango. Lakanye wangena, wafika wazibuthelela eceleni komduli. Phela lomama uhlezi phandle nje phambi kwakhe kulebhodlela endleni lapha waye balekela umsindo owawukhona, lapha ekhaya kwakukomama uyangichaza. Kwakuthengiswa amanzi asamponjwana kodwa kwakuzinyembezi zendlovukazi kuphela, obesintu bona babungekho.
Wathi esazichaza umaNkonjeni wezwa "Pretty nguwe lowo kumbe ngamehlo ami...... ?", kubuza esifukufuku esimhlophe nke.... !!
Wathi ukuthikaza kancane wasebona inxetshana esiphongweni. Akazange esafuna ukutshelwa wasukuma wamdumela wena owabona abangane abalahlekelana empini yezwe yokuqala lethemba lokubuye babonane selazelaphela. Wangena laye endlini wahle waqonda laye endlini yakhe yokulala, kwaxoxwa kwabamnandi.
Phela bathabelana nje benzenje aze angene laye endlini yokulala ngumngane wakhe uRacheal.
Lapha ekhaya kungakibo, njengoba abazali kwasekukudala baziphumulela kwasekukhala esakhe isicathulo uRacheal kwazise wayenguyedwana. Wamfakela amanzi wokugeza, akazange achithe isikhathi elapho.
Phela indawo yokugezela yayingaphandle kwendlu njalo ihlangene leyokuzinceda nxa uthunywe yindalo.
Phela kwakungasibusela obabulapha egumeni wawugeza ulume isepa, kwakungena loba ngubani lapha ekhaya.
"Mngane ungibona ngilapha nje sengizwile........ "

0
Tags: NGANGIZAKUTHANDA UNJALO
Comments
What iBlog
-
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12B
Posted: 2013 June 04 | 10836 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12A
Posted: 2013 June 02 | 12030 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 11
Posted: 2013 June 02 | 5980 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 10
Posted: 2013 June 02 | 7334 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 9
Posted: 2013 June 02 | 5037 Views -
GANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter8
Posted: 2013 June 02 | 4854 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 7
Posted: 2013 June 02 | 5859 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO: Chapter 6
Posted: 2013 June 02 | 4539 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 5
Posted: 2013 June 02 | 6351 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 4
Posted: 2013 June 01 | 10069 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 3
Posted: 2013 June 01 | 5719 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 2
Posted: 2013 June 01 | 5703 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 1
Posted: 2013 June 01 | 8950 Views
Categories