You are seeing this because you have not yet updated your iBlog. Click on settings to edit...
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 5
11 years ago | 6349 Views
Chapter 5
(Note- some of the words used are not pure Ndebele but they are used and understood by the Ndebele speaking people)
Abazange besabuza ukuthi ngubani ofuna umaNkonjeni lowo ecingweni,phela kwakungekhona okokuqala.
Angithi lamhla evuka ubuso bungathi unathe isihaqa okaMafu ngoMgqibelo wakhona ntambama wayeye khona esikolweni ukuyokwamukela ucingo,yingakho uninazala wehluleka ukubuza ukuthi ngakwenzenjani.....?
Ezezithandani ziyahlupha,funa bevuke sebekubiza ngomthakathi nomchithi womuzi wabantwana maKhumalo ndini.
"Kulungile koti uzothi ukuyokuzwa ukuthi umkakho uthini,phela na efona kanjena wenza kahle impela......." kwabhoboka yona inzula.
Phela loba kwasekuyikhathi uNcube leGoli baxhabana,ulimi lwalulokhe lungakangenisisi ngapha ngako Mthwakazi.
Bachithekana okaKhumalo owakhe ngci......, ngenhlanhla impukani kwasekukudala zalala.Laye wayengelayo inkinga kulokhu kwazise futhi ngolwesithathu lowo akusetshenzwa ngemasimini. Kwasa okungaliyo,phela isikhathi kasitshintshwa yizimo zabantu.
Kukubi kukuhle sona siyaqhubeka nje kuphela.Olwesibili lwadlula sengathi lweqisiwe.Lwafika Olwesithathu olwalulindelwe ngabomvu. Sathi sitshaya isikhathi wayesefikile umaNkonjeni,wawungafunga uthi ngumbalisikazi omutsha kulesisikole.Waqonda khona kukilasi 17, ukube wayekhona phakathi kwabantu ababe mkhangela owayekwazi ukuthi uze ngelocingo lapha wayezameme atsho athi ucingo luse wofisi kambalisi omkhulu hatshi ekilasini kambalisi uTaivo.
Manje akekho owayelendaba laye izingane zazizidlalela zingagqizi qakala,kukanti abanye ababalisi babephethe ngamatiye kwazise utitsha nhloko wayengekho. "hawu bengithi iTabani ayikusheranga Pretty,upilile kodwa mina ngiyagula ngigulawa nguwe.....?", Eheeee wena owabona ingane ifundela ukukhuluma.
Ngumbalisi uTaivo ke lowo,indoda eyayidabuka kweleMasvingo.Ukuthi kwahambanjani isitholakala ixhanxatha ulimi olunothe kangaka lukaMthwakazi njalo isendaweni yabantu, umnyango wezefundo yiwo olempendulo kulokho.
Yayililamba lidlile lendoda, imnyama angathi yazalelwa emalahleni eHwange....!! Iqiniso liyikuthi ukubumbeka kwayo kwakungathokozisi lakancane, into eyayingcono ngayo yikuthi ubungane bakhe lengwenya babusasebuhle,engakayi phandli ngesepa lokuzilungisa wayekwazi ungeke washo ukuthi ngoweMpumalanga. "ungizondereni kanthi.......?"kuqhuba yona ngombuzo...

0
Tags: NGANGIZAKUTHANDA
Comments
What iBlog
-
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12B
Posted: 2013 June 04 | 10835 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12A
Posted: 2013 June 02 | 12028 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 11
Posted: 2013 June 02 | 5979 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 10
Posted: 2013 June 02 | 7332 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 9
Posted: 2013 June 02 | 5036 Views -
GANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter8
Posted: 2013 June 02 | 4853 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 7
Posted: 2013 June 02 | 5858 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO: Chapter 6
Posted: 2013 June 02 | 4538 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 5
Posted: 2013 June 02 | 6349 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 4
Posted: 2013 June 01 | 10067 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 3
Posted: 2013 June 01 | 5717 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 2
Posted: 2013 June 01 | 5701 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 1
Posted: 2013 June 01 | 8947 Views
Categories
Tags iBlog
Ngangizakuthanda unjalo Ndebele speak ndebele inganekwane ndebele folk tales ndebele stories... Apple watch gadgets Gukurahundi Justice poem zimbabwe neighbors china sadc Entrepreneurship Relationship Cannabis Jail Iphone Apple Land Heaven Dams Water Bulawayo Lobengula Mugabe Mzilikazi Orlando pritates Kaizer chiefs Employee Nsa national security agency surveillance program Wayne Rooney Manchester Chelsea