You are seeing this because you have not yet updated your iBlog. Click on settings to edit...
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 11
11 years ago | 6001 Views
Chapter 11
"Ngithi sengifike lapho engikhathala khona, sengibekezele kwanele mngane, ngikutshela ukuthi uBheka into angenza yona....... "kuqhuba yena uPretty. Umngane wakhe laye wamcitsha umlomo wamnika indlebe. Phela sengithi Pretty ngoba wayesebizwa njalo, okuka maNkonjeni kwakusele emakhaya le'.
"Umuntu wayengani siyavakatsha kuphela ekhaya kanti ufuna ukungitshiya lenkukhu zangibo, ubuya ngabo Disemba kuphela angani ngumuntu oseGoli ungitshela ukuthi mina ngingakumela khonokho yini.... ?, phela angiso ........ ", wathi engakaliqedi umngane wakhe wamngana emlonyeni.
"Ah lakhona ulesibindi uzamile shuwa ungitshela ukuthi yonke le iminyaka usemakhaya khonale..... ?" etsho ephakamisa iminwe yakhe yonke yesandla sokudla uRacheal.
Phela kwakuzimbila zantabanye, umaNkonjeni lowo esasimbona ekhaya kwakungowasemendweni, lapha ke usevuke okwakhe okwakudala uPretty, besakhombe ababalisi kanti emitshoveni khona angikukhulumi. Lokuthi uBheka lowo wamthola ngaphi njani kutheni... ?, ngingaqamba amanga.
Wazichomba chomba uPretty wena owabona amantombazana abayakhangisa ngobuhle, phela kwakulikiwane elibolileyo ngeqiniso. Umfana kaNcube wayezithezele olulenkume.
Kwathiwa lelolanga akubenguye othengisa utshwala.
Bathengwa lelo langa wawungafunga uthi uRacheal uhambe kusahoho kasiyazi kanti bathenga nje benzenje babone icitshalanga leli elisemsamo. Kwathi sekudlule insukwana wayesezizwa esethole ikhaya elitsha manje okaMafu, kukanti lokubunambitha waye seqalile. Uhlezi nje wenzenje akakalubhadi kwabo eMagwegwe mhlawube wayesesaba lokuthi othatha wese hlezi bambone bahlebele uBheka kwazise wayehlala eLobengula engumakhelwane nje. "Mai boi mangwana ndiri kuanda kuGweru kuno attenda workshop for two weeks.... "
Kutsho umnumzana Taivo, lakanye lwafika lolosuku wangena indlela. Kodwa okumangalisayo yikuthi iGweru leyo yayi sifike yahlala lapho okwakuyiBulawayo khona. Wahle waqonda kumfowabo owayehlala eNtumbane eduze lakoNhliziyo. Wamukelwa ngenkulu injabulo laye wazizwa esekhaya kodwa into eyayisamkhathaza yikuthi uzamthola njani usomoyawakhe. Kwathi ngenye imini uPretty elungilungisa impahla zakhe kwawa iphetshana leliyana ayeliphiwe ngumbalisi esekhaya.
Kuleli phetshana kwaku bhalwe inamba yendlu leyo cingo yomfowabo weNtumbane. Akazange esachitha isikhathi nango eqonda emavinkilini.
Wafika watshaya ucingo ngenhlanhla wamthola umuntu wakhe, ukuthi kwakuxoxwa ngxoxo bani asazi kodwa wawubona ngokubobotheka kuka Pretty ukuthi lendaba ekhulunywa lapha imhamba kahle qeda wabuyela endlini. Ngemini yantambama u Pretty wathi usake ayofika ngedolobheni, engazilungisanga madoda abafana babehamba betshaya inkwelo indlela yonke.
Waqonda khona koHafilisi lowo, wathi ethutsha nje umnumzana kwamalela ukuba ahlalephansi wasuku okwengane yesikolo ibona kungena umbalisi omkhulu. Wadunyelwana kwaba yimu mcwa mcwa lobu ntwi ntwi isikhiwa esabuyayo leso phela.
Kwahlalwa phansi kwathengwa ezifela emlonyeni, kwase kukhulunywa isikhiwa kuphela phela kuPretty lakho sasivuka. Kwakuyibo bodwa abantu abamnyama ababehlezi lapho lelolanga, laye wayezizwa umaNko ukuthi hhayi uthandekile lapha kumnumzana. Kwaku yibu khe khe khe phela kwakutshaywa nge foku le nayifi. "Hawu Pretty........... ", kuzwakala izwi elilebhonga.
1
Tags: NGANGIZAKUTHANDA
Comments
What iBlog
-
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12B
Posted: 2013 June 04 | 10865 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12A
Posted: 2013 June 02 | 12076 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 11
Posted: 2013 June 02 | 6001 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 10
Posted: 2013 June 02 | 7345 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 9
Posted: 2013 June 02 | 5056 Views -
GANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter8
Posted: 2013 June 02 | 4864 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 7
Posted: 2013 June 02 | 5874 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO: Chapter 6
Posted: 2013 June 02 | 4555 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 5
Posted: 2013 June 02 | 6362 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 4
Posted: 2013 June 01 | 10096 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 3
Posted: 2013 June 01 | 5732 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 2
Posted: 2013 June 01 | 5720 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 1
Posted: 2013 June 01 | 8969 Views