You are seeing this because you have not yet updated your iBlog. Click on settings to edit...
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12A
11 years ago | 12030 Views
Chapter 12A
Luthi tha.....kuPretty, azizwe ephelelwa ngamandla kwalekhona ukuthi athalaze abone lumuntu okhanya emazi kangaka. Ngapha kumalume khona angikhulumi amadolo ayesedlala phakathi kwebhulugwe, kwazise uBheka lowo akamazi lokumazi.Into eyayisisemqondweni wakhe yikuthi nxa esecela empunzini uzalubhekisa ngaphi.
Oka Nkonjeni yena wayelokhu ekhuluma yedwa okomuntu osegula ingqondo,"kanti vele besisiyangaphi khonapha egcekeni elingaka,indlela kawonkewonke kambe shuwa...?". Wayesabuza bani...?, phela akulamuntu owayembambe ngamandla kodwa ukuthanda kwakhe izinto njengesikhwama sohlanya yikho okumlethe lapha koFilisi lowo."Pretty ngiyakubingelela...", liphinde ilizwi futhi.
Waqunga esebutho likaTshaka wathalaza.
"Ah Sipho........!!",etsho esukuma ngokuphazima kweso kwadunyelwana wazigaxa phezu kwakhe.Ujatshulelwana kabuhlungu nje loSipho lowo phela wayefunda loBheka, njalo esikhathi besahlekisana uPretty loBheka wayethanda ukuhamba laye uSipho lowo.
"Ungahlalaphansi sixoxe kuhle....." kusho yena uPretty wena owabona umuntu ezama ukuvala owengwenya ngomunwe.
Umnumzana yena waye lokhu eveze amazinyo okomuntu ohlafuna into etshisayo,wayesekhululekile phela wawungeke usatsho ukuthi nguye lowana ophose wathambisa ibhulugwe.Waxolisa uSipho wathi usagijimela kwenyi indawo,isimanga akazange athande ukwazi ukuthi lobaba olapha ngubani? owangaphi ?ubekwa yini....?.
Wenza njengendoda yasemadodeni wahamba. UmaNkonjeni wahle wasuthu isisu sasesigcwele umoya, wathi topotopo qeda wathi mabahambe.
Basuka balubangisa eMana Hotel, bathenga iziphuzo kodwa okumangalisayo yikuthi abaphuzelanga eningini bahamba ezindlini kumbe babesesaba ukuhlangana lomunye uSipho njalo kwazi bani?.
Kwathi sekutshaye ihola lesitshiyangalo mbili kwathiwa makuhanjwe phela imitshova ingahle iphele.UmaNko yena waye sezithintela imbuzi, wamdingela imoto encane ukuthi imuse ngendlini yena unkabi wagada labanengi eziya koNhliziyo.
Ukuthi wafika njani umaNko akabona wamangala esezibona evuka esembhedeni wakhe ekamelweni ayeliphiwe nguRacheal lowo.
"Ah uyazi angisa khumbuli kuhle,utsho ukuthi ubengelalo......?"
(Lixole ngibhala nge cellphone part B coming soon!)
5
Tags: NGANGIZAKUTHANDA
Comments
What iBlog
-
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12B
Posted: 2013 June 04 | 10836 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 12A
Posted: 2013 June 02 | 12030 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 11
Posted: 2013 June 02 | 5980 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 10
Posted: 2013 June 02 | 7333 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 9
Posted: 2013 June 02 | 5037 Views -
GANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter8
Posted: 2013 June 02 | 4854 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 7
Posted: 2013 June 02 | 5859 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO: Chapter 6
Posted: 2013 June 02 | 4539 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 5
Posted: 2013 June 02 | 6351 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 4
Posted: 2013 June 01 | 10069 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 3
Posted: 2013 June 01 | 5719 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 2
Posted: 2013 June 01 | 5703 Views -
NGANGIZAKUTHANDA UNJALO - Chapter 1
Posted: 2013 June 01 | 8950 Views
Categories
Tags iBlog
Poem freedom zimbabwe true freinds china sadc Entrepreneurship Relationship Ngangizakuthanda Masturbation Harare Nkomo Computer software Nicolas Cage Libya zimbabwe the promises of my people poem Facebook Samsung samsung gear vr samsung galaxy s6 samsung s6 edge Google Microsoft Raped Ntombiyami Nxayezwe Highlanders Tb joshua watch criticts Tsvangirai